Isibhedlela i-CJM siqinisekisa ukunciphisa ‘imikhuhlane’ ezinganeni

Umgomo wezingane wenziwa minyaka yonke nguMnyango wezeMpilo

UMnyango wezeMpilo ubunohlelo lokuqinisekisa ukuvikeleka kwezingane emkhuhlaneni lapho bebevakashela khona izinkulisa, ophilamtwana, ukuze bakwazi ukunikeza abantwana umgomo. Loluhlelo lwenziwa umnyango okungenani kabilingonyaka. Indawo yase Nquthu ingezinye ezizibandakanye kakhulu kulokhu njengoba abasebenzi basesibhedlela i-Charles Johnson Memorial bebesezikhungweni ezahlukene kusukela ngomhlaka 20 April kuyaku 24 April beqhuba loluhlelo noluhambe kahle kakhulu.

 

Abantwana bebe bhekwa isisindo sabo ukuthi singakanani nokubalulekile kakhulu ukuba abazali bazi.
At Caxton, we employ humans to generate daily fresh news, not AI intervention. Happy reading!
You can read the full story on our App. Download it here.
Exit mobile version